
Ngafa ngafel' ubala Ngafa ngafel' ubala Whoah yingabe yini Ngafa ngafel' ubala Ngafa ngafel' ubala Whoah yingabe yini Bayangitshela laph' engihamba khona Bathi kimi (Izintombi zami) Ngafa ngafel' ubala Ngafa ngafel' ubala Whoah yingabe yini Ngafa ngafel' ubala Ngafa ngafel' ubala Whoah yingabe yini Bayangitshela laph' engihamba khona Bathi kimi (Izintombi zami) Uma ngingen' esibhedlele mina Ngiyofun' usizo lwempilo yam Bafike bathi hamba baba awunalutho Uma ngingen' emthola mpilo mina Ngiyofun' usizo ngempilo yam Bafike bethi hamba baba awunalutho Awu ngomoya wami Awu ngempilo yami Awungitshele Nobuhle wami Wena ngathandana nawe Wangibhanqa nabangaki awungitshele (Babebabili) Awungitshele Nomusa wami Wena ngathandana nawe Wangibhanqa nabangaki na ngithi awungitshele (Babebathathu) Kwakungamele ukuthi ningibhanqe Nabantu abaningi Ngoba nani niyazi Kulomhlaba kunezifo Kwakumele nithande mina ngedwa, fo Kwakungamele ukuthi ningibhanqe Nabantu abaningi Ngoba nani niyazi Kulomhlaba kunezifo Kwakumele nithande mina ngedwa, ngedwa Awungitshele Sindisiwe wami Wena ngoba ngihlala nawe endlini Bangaki na ongibhanqe nabo Dali wami ngicel' ukhulum' iqiniso kuwe dali Dali wami ngicel' ukhulum' iqiniso kuwe dali Baningi, ngeke, ngeke ngibaqede Baningi, ngeke, ngeke ngibaqede Dali wami ngicel' ukhulum iqiniso kuwe dali Aww yimihlola yami, yimihlola yami yini le, wena Sindisiwe Wangibulala Nobuhle wami kanti unjani (Ngikuthembe kangaka) Wangibulala sthandwa (Kanti unesandla ekudleni kwam) Wangibulala Nomusa wami kanti unjani Wangibulala sthandwa (Aww yimihlola yami, yimihlola yami yini le, wena Sindisiwe) Wangibulala Sindi wami kanti unjani (Ngikuthembe kangaka) Wangibulala sthandwa (Nesandla) Dali wami ngicel' ukhulum iqiniso kuwe dali Dali wami ngicel' ukhulum iqiniso kuwe dali Baningi, ngeke, ngeke ngibaqede Baningi, ngeke, ngeke ngibaqede Dali wami ngicel' ukhulum iqiniso kuwe dali (Wayengcono kabi uZinhle) Wangibulala Nobuhle wami kanti unjani
Песен-НИКИ
Загрузка...
Похожие песни

Бигасс
SODA LUV
Ничего личного
Русский рэп201975,449

Бандана
Платина
РНБ КЛУБ
Русский рэп201859,980

Свадебное путешествие
Александр Буйнов
Острова любви
Русская эстрада199954,906

Каспий жағалауы
Azamat
Поп200134,438

Шпилька-каблучок
Лолита
Анатомия
Русская эстрада201433,308

Девочка 2D
Dead Rave
Singles 15-17
Русский рэп201828,891