
Bheka ezulwini Bheka ezulwini Lapho kukhona umsindisi wethu Owasifela Bheka ezulwini Bheka ezulwini Lapho kukhona umsindisi wethu Owasifela Thula mama Sula iinyembezi Ngoba umyeni wakho Ubheke ezulwini Lapho kukhona umsindisi wethu Owasifela Tshela nabantwabakho Bathembele enkosini Akuqali ngani Inhlala yenza kulomhlaba Bonk' abantu bayakhala Bathi kufa uvelaphi na? Ngabe uvela ezulwini? Lapho kukhona umsindisi wethu Owasifela Lapho khona kuphela izinhlungu nezigulo Zasemhlabeni Nini zonke nidumise umdali wethu Oyinkosi haleluya Kujabula abo abakusebenzela Bayosibona Kufa akusekho kubonga okungapheli obumnandi Bayongena labo Abaphila ezonweni kuyobe kuvaliwe Lapho khona kungekho izinhlungu nezigulo Zasemhlabeni Nini zonke nidumise umdali wethu
Песен-НИКИ
Загрузка...
Другие песни Rebecca Malope
Все песни →Похожие песни

Бигасс
SODA LUV
Ничего личного
Русский рэп201975,446

Бандана
Платина
РНБ КЛУБ
Русский рэп201859,980

Свадебное путешествие
Александр Буйнов
Острова любви
Русская эстрада199954,906

Каспий жағалауы
Azamat
Поп200134,438

Шпилька-каблучок
Лолита
Анатомия
Русская эстрада201433,308

Девочка 2D
Dead Rave
Singles 15-17
Русский рэп201828,891



