
Ngiyindoda Enganalutho namhla', kusasa Mina ngizophath' igolide Ngizophath' igolide nesiliva ntombi Ngiyindoda Enganalutho namhla', kusasa Ngizobe ngiphath' igolide Ng’zobe ng’phath' igolide nesiliva ntombi Ngoba manje angikwazi ngish' ukuthengela nochocolati Kufika usuku lwakho lokuzalwa kwehla izinyembezi Uthola amapresent left and right k’mina ungatholanga lutho Ngizocomplain kanjani ngoba angizange ngikhiphe lutho ntombi Kuhlupheka kwami wangiphatha kanje kade ngithi sesiyazwana Kuhlupheka kwami wafika nesinyama kade ngithi sekuyakhanya Ngashiywa umuntu ebesengithembile kuthi mina ngiyamthanda Kuthiwa izinyembezi aziweli phansi ngoba phela ezendoda Engenalutho namhla', kusasa Mina ngizophath' igolide Ngizophath' igolide nesiliva ntombi Ngiyindoda Engenalutho namhla', kusasa Ngizobe ngiphath' igolide Ng’zobe ng’phath' igolide nesiliva ntombi Eh, Kusile Avuke ahambe emsebenzini Ngilele Ngicabangana nephupho lami Intende Ngithemb' ukuthi ngizophumelela Kumele Oh kumele nje Kubuhlungu ukuthi angik’afford ukujabulisa wena ntombi Amandla ami aphelele ekutheni ngiyakuthanda ntombi Akukho okudlula lokho mina ntombi vele ngigcina lapho nje Kuthiwa izinyembezi aziweli phansi ngoba phela, ezendoda Enganalutho namhla', kusasa Mina ngizophath' igolide Ngizophath' igolide nesiliva ntombi Ngiyindoda Enganalutho namhla', kusasa Ngizobe ngiphath' igolide Ng’zobe ng’phath' igolide nesiliva ntombi Ngiyindoda Enganalutho namhla', kusasa Mina ngizophath' igolide Ngizophath' igolide nesiliva ntombi
Песен-НИКИ
Загрузка...
Похожие песни

Бигасс
SODA LUV
Ничего личного
Русский рэп201975,449

Бандана
Платина
РНБ КЛУБ
Русский рэп201859,980

Свадебное путешествие
Александр Буйнов
Острова любви
Русская эстрада199954,906

Каспий жағалауы
Azamat
Поп200134,438

Шпилька-каблучок
Лолита
Анатомия
Русская эстрада201433,308

Девочка 2D
Dead Rave
Singles 15-17
Русский рэп201828,891