
EGol' impilo ayikho Alukh' uthando Kugcwele umhobholo Wonk' umuntu usewu gombela-kwesakhe EGol' impilo ayikho Alukh' uthando Kugcwele umhobholo Wonk' umuntu usewu gombela-kwesakhe Ngizwa kukhala amaviyo oh Bayangibiza emakhaya Ngizwa kukhala amaviyo oh Bayangibiza emakhaya Sengikhumbul' ekhaya Nyawo zami ngibelethe KwaFelubala, sengilel' esifubeni samama Sengikhumbul' ekhaya Nyawo zami ngibelethe KwaFelubala, sengilel' esifubeni samama Ngizwa kukhala amaviyo oh Bayangibiza emakhaya Ngizwa kukhala amaviyo oh Hee eh bayangibiza emakhaya Zonk' insuku ze calendar Zonk' insuku ze calendar Ngiseyimayini ngiyasebenza Ekhaya ngibabona December Zonk' insuku ze calendar Zonk' insuku ze calendar Ngiseyimayini ngiyasebenza Ekhaya ngibabona December Ow indizamshini ipheth' umuthi olaphayo Ow indizamshini ipheth' umuthi olaphayo Wahelez' umoya, isiphepho nephimbo kwaphum' ingoma emnandi Kwadans' iNingizimu Afrika yonke, inqola indizamshini Akukho lapho bengafinyeleli khona, isenzasamuntu Ububanzi bomuntu sibufanisa nedayimane elimnyama Int' eswenka kubande kwamancane entombini Uyalaz' isoka lamanyala Ushuni wakudala kuphela uthintwa isandla esisha Ingoma yazalwa kabusha eMnambithi yamamatheka yonk' i Afrika Yathi «ingoma emnandi iyaphindwa» Phind' ubhale futhi Cofi ngabe sengiyabhala
Песен-НИКИ
Загрузка...
Другие песни Blaq Diamond
Все песни →Похожие песни

Бигасс
SODA LUV
Ничего личного
Русский рэп201975,449

Бандана
Платина
РНБ КЛУБ
Русский рэп201859,980

Свадебное путешествие
Александр Буйнов
Острова любви
Русская эстрада199954,906

Каспий жағалауы
Azamat
Поп200134,438

Шпилька-каблучок
Лолита
Анатомия
Русская эстрада201433,308

Девочка 2D
Dead Rave
Singles 15-17
Русский рэп201828,891



